Ezokuzijabulisa

Entertainmant

UNasty C uzofakwa ohlelweni luka-Ellen DeGeneres

0
Unyaka odlule ube nzima kubaculi abasembonini yezomculo bengakwazi ukwenza imibukiso ebukhoma kodwa umsebenzi ka-Mister ‘Zulu Man With Some Power’ uNasty C usaqhubeka unyukela phezulu ngamandla.

UNasty C udla ubhedu umhlaba wonke ngengoma yakhe ethi-Black and White

0
Ngemuva kokusayina ne-Def Jam Records ehlonishwa umhlaba wonke, abalandeli bakaNasty C bebelokhu belinde lo mculi ukuthi akhiphe okuthile okufakazela ukuthi ungowaphesheya ngempela.

Ikhava yephephabhuku kaMegan Thee Stallion idale impikiswano ezinkundleni zokuxhumana

0
Ikhava yakamuva yephephabhuku le-Harper’s Bazaar efake isithombe somrepha waseMelika uMegan Thee Stallion, isuse impikiswano eshubile ezinkundleni zokuxhumana yokuthi abesifazane abamnyama bathwetshulwa kanjani izithombe ngabathwebuli bamanje.

I-Merc C entsha isezingeni layo yodwa

0
Esikhundleni se-W205 C-Class ebilokhu ikhona kusukela ngowe-2014, i-W206 entsha izoba nokuningi okufana nokusemotweni enkulu kanokusho i-S-Class.

I-albhamu yase-studio kaLauryn Hill iqopha umlando omusha

0
ULauryn Hill wase-New Jersey usephule elinye futhi irekhodi, nge-albhamu yakhe eyodwa yase-studio, i-Miseducation kaLauryn Hill, esezuze izinga ledayimani eminyakeni engama-22 ngemuva kokukhishwa kwayo.

Bazobuya ngenkani abalingisi abakhishwe kuZalo

0
Abadidiyeli boZalo baphoqeleke ukuthi babuyise nabalingisi abagawulwe yizembe kuZalo.

UMagic Handz owaziwa ngelikaDlala Thukzin

0
"Dlala Thukzin” akugcini nje kuphela ngokuba yigama lesiteji somculi - noma lo muntu osemqoka ezingomeni eziningi zeGqom eziculwa ngabaculi abafana noMampintsha, uDJ Tira, noBabes Wodumo.

Uzwelo engomeni

0
Ngengoma yakhe eshisa izikhotha ye-Afro pop, iHamba Kahle, uMbongeni “Moh” Mavuso ududuza labo abashonelwe ababathandayo ngenxa ye-Covid-19.

I-albhamu yokuqala kaAyra ithathe indawo yokuqala ngemuva kwamahora angama-24 ikhishiwe

0
I-albhamu yokuqala yomculi oneminyaka eyi-18 ubudala uAyra Starr ususe iskhondlakhondla se-afrobeat uWizkid endaweni yokuqala ku-Apple Music, ngosuku nje ngemuva kokukhishwa kwayo ngoLwesine.

UMakhalanjalo udwebe ubuciko bekhava yengoma yakhe

0
Sekuyinjwayelo ukuthi umculi noma umdidiyeli abukele ezingomeni zamzukwana noma zomdabu bese ezenza isimanje, kungaba ngokuzisampula noma ukuzenza kabusha ngokuphelele.