Ezepolitiki

I-ANCWL eKZN ithi insizwa enamandla eyoyikhipha kuKhongolose

Uphiko lwabesifazane bakaKhongolose luthi le nhlangano alisoze layishiya ngoba iyisoka elibenzela konke okuhle abesimame.

I-NFP engcupheni yokungalungeneli ukhetho 

Iyaqonga ingcindezi eqenjini elasungulwa owayenguSihlalo we-IFP kuzwelonke uNkk Zanele KaMagwaza Msibi njengoba selisalelwe izinsuku ezingu-14 ukuba libhalisele ukungenela ukhetho lukazwelonke oluzoba ngoNhlaba.

Ezinohlonze KwaZulu-Natal: Iyabhebhetheka inkinga yamanzi eThekwini

USihle Mavuso ukulethela izindaba ezihamba phambili KwaZulu-Natal.

OwayenguMholi we-ANCYL uchitha iMK

Lubhalwe nguCelani Sikhakhane Owayengumholi we-ANCYL akayingeni indaba yokulandela owayenguMengameli uJacob Zuma ngokujoyina uMkhonto weSizwe Party njengoba ethi kungafana nokuthi uphendukele idlozi likamkhulu wakhe...

Isibhixene kuMkhonto WeSizwe 

Kuxabene ubendle eqenjini lamahlubuka kaKhongolose uMkhonto weSizwe ngenxa yezinsolo zetulo loluketula owayenguMengameli wezwe uJacob Zuma.

ULesufi nempi yokulwa nobugebengu

UNdunankulu waseGauteng uPanyaza Lesufi umemezele umkhankaso wokulwa nobugebengu ngesikhathi ethula inkulumo yakhe yesiFundazwe e-Nasrec ngoMsombuluko ebusuku.

IMK kaZuma izosisiza ukuqumba phansi i-ANC : DA

I-DA ibeke amathemba ayo ku-MK ukuthi ithathe amanye amavoti e-ANC nokuyinto ezokwenza ukuthi ibe ngaphansi kuka-50% okhethweni oluzayo.

IMK izamazamise amavoti eNkatha ne-ANC oPhongolo

UMkhonto weSizwe Party uzamazamise amavoti kaKhongolose nawe-IFP oPhongolo njengoba bekunokhetho lokuchibiyela obelubhekwe ngabomvu.

Kufe amasosha amabili akuleli eDRC ehlaselwa enkanjini

Kushone amasosha amabili aseNingizimu Afrika e-Congo kwathi amanye amathathu alimala ngoLwesithathu.

Recent articles