Ezepolitiki

Imvula ihlulekile ukumisa umbhikisho wamanzi we-EFF

Imvula ayizange ivimbe izinkulungwane zabalandeli be-EFF ukuthi bamashe befuna ukuhlinzekwa ngamanzi eGoli.

Umgcinimafa wophiko lwentsha ye-ANC wathola umsebenzi omkhulu ngaphandle kweziqu

Umgcinimafa wophiko lwentsha ye-ANC uZwelo Masilela ubambe isikhundla somcwaningi omkhulu kumasipala waseMbombela iminyaka emihlanu ngaphambi kokuthola iziqu zakhe ze-diploma.

I-IFP ihoxisa isiphakamiso sokususa uSomlomo we-EFF Ekurhuleni

UNthabiseng Tshivhenga uhlezi esihlalweni njengoSomlomo woMkhandlu wase-Ekurhuleni ngemuva kokuthi i-IFP ihoxise isiphakamiso sayo sokungamethembi.

UKhongolose ulaxaze uMtolo kuqokwa isigungu esisha saseKZN

Limushonele uNobhala kaKhongolose KwaZulu-Natal uMnuz Bheki Mtolo njengoba egudluzwe esikhundleni ngesikhathi kuguqulwa ubuholi ngenxa yezinkinga okuthiwa zixakile ku-ANC eKZN.

I-DA ilwa nesivumelwano senkampani yonogada yePhini leMeya yaseTshwane

Lowo owayengumqondisi wenkampani yonogada manje useyisekela lemeya yase-Tshwane kanti umama wengane yakhe unenkampani egada izakhiwo zedolobha.

USomlomo wase-Ekurhuleni ugaxele ehlazweni lokukhwabanisa

USomlomo we-EFF wase-Ekurhuleni ubhekene nenkinga ngemuva kokuba unobhala wakhe ebanjwe ohlelweni lokukhwabanisa u-R175,000 wathi uSomlomo naye uhlomulile.

Lithathe osemnyango kuKhongolose eKZN lamubeka emusamo

Lithathe oseMnyango lamubeka emusamo kichithwa ubuholi bakaKhongolose KwaZulu-Natal.

I-DA ikhombisa amandla ayo ivimba inkulumo yesabelomali

I-DA ikhombisa amandla ayo kuHulumeni Wobumbano Lwesizwe ngokuvimba uhlelo lwe-ANC lokunyusa intela (VAT), nokuphoqe ukuthi kuhlehliswe inkulumo yesabelomali.

Ikomidi laseFort Hare seliye enkantolo lifuna ukumisa ukhetho 

Ikomidi eliphumayo labathweswe iziqu eNyuvesi yase-Fort Hare lizama ukuvimba ukhetho olusha ngezinkantolo njengoba le nyuvesi enezinkinga ibhekene namahlazo amaningi.

Usha nendlu uMkhonto weSizwe njengoba ulaxazwa izinsika ezawuqala

Kusinda kwehlela eqenjini uMkhonto weSizwe Party njengoba selilaxazwa izinsika zalo ezangena lisasungulwa.

Recent articles