Breaking News

I-ANC ikhala ngokuba yibhoklolo kukaButhelezi kodwa izohlala kuHulumeni woBambiswano eKZN

I-ANC ayiyindawo kuhulumeni wobumbano eKZN nakuba ibalisa ngobuholi bukaNdunankulu wesizwe samaZulu uMfundisi uThulasizwe Buthelezi.

Indlala iphoqe abavukuzi abangekho emthethweni ukuthi baphume ezimayini ezilahliwe

Amaphoyisa ase-North West aphoqe amakhulu abavukuzi abangekho emthethweni ukuthi baphume ezimayini ezishiywe dengwane ngokunqamula ukudla namanzi.

ISilo sithi asisabancengi abasidelelayo kodwa silwela intsha ukuba ithole imisebenzi

ISilo uMisuzulu KaZwelithini asisayingeni eyabafuni ukusikhothamela njengoba silwela ukuba intsha ithole imisebenzi.

INelson Mandela Bay ishintshana ngezikhundla kubaholi abaphezulu

I-ANC iphinde yathatha izintambo kuMasipala waseNelson Mandela Bay, njengoba uBabalwa Lobishe eseyimeya entsha uGary van Niekerk eseyiPhini lemeya.

Kubulawe iNkosi yabaThembu endaweni okwakhulela kuyo uNelson Mandela

Amaphoyisa athungatha amadoda amabili asolwa ngokubulala iNkosi Nogcinile Mtirara. Lesi sigameko senzeke ngoMsombuluko ebusuku kukhona abafundi abayisithupha bakaMatikuletsheni baseJongintaba High School.

Lusaqhubeka udlame ehostela laKwaMashu

Udlame olungapheli: UCelani Sikhakhane ubika ngohambo lwakhe lokuvakashela ihostela elidume kabi ngodlame KwaMashu.

Iqhwa langoMandulo libe isixwayiso kubalimi basemaphandleni

Ukuwa kweqhwa obekungalindelekile ngasekupheleni kukaMandulo kunikeze abalimi bezitshalo zasemakhaya ithuba elingandile lokuthi umhlabathi wabo uswakeme ngokwanele ukuze batshale umbila ngoMfumfu.

UNgqongqoshe usexwayise iqembu lezigebengu eNanda ukuthi isikhathi salo siphelile

Ungqongqoshe uthi iqembu lezigelekeqe laseNanda elinodlame kumele lizinikele noma libhekane nolaka lwamaphoyisa.

EzaseKZN ezifingqiwe: Utholakele KwaMashu umshini (road grader) kaMasipala wasoLundi

UCelani Sikhakhane ubika kafushane izindaba zakamuva esifundazweni.

Kushone amadoda amahlanu esigamekweni sokudubulana kwabantu abaningi e-Eastern Cape

Amaphoyisa aphenya amacala amahlanu okubulala ngemuva kokudutshulwa kwabesilisa abahlanu emjondolo waseGqeberha, okuyisigameko sesithathu sokudubulana kwabantu abaningi kuleli dolobha esikhathini esingangesonto.

Recent articles