Breaking News

Ukuzithathela umthetho yikona okwandisa izinga lokubulawa kwabantu: Cele

UNgqongqoshe wamaPhoyisa uBheki Cele usola ukuzithathela umthetho ngezandla ngokwanda kwezinga lokubulawa kwabantu.

Uvalo kwizakhamizi kulwa abavukuzi eKagiso naseKrugetsdorp

Ukuqhuma kwezibhamu phakathi kwamaqembu ezigebengu ayizimbangi kushiya izakhamuzi zaseKagiso naseKrugersdorp zizwa sengathi zihlala endaweni enempi.

Ezisematheni KwaZulu-Natal: Umphakathi uzitike ngeyezindlovu ezifile

USihle Mavuso ukulethela ezisematheni KwaZulu-Natal

IMK izamazamise amavoti eNkatha ne-ANC oPhongolo

UMkhonto weSizwe Party uzamazamise amavoti kaKhongolose nawe-IFP oPhongolo njengoba bekunokhetho lokuchibiyela obelubhekwe ngabomvu.

Isibhaxu iSilo sixosha uSihlalo weNgonyama Trust nomkhulumeli waso

ISilo samaZulu sesimemezele ukuthi sizothatha isikhundla sokuba uSihlalo webhodi leNgonyama Trust.

AboMkhonto basola amakhansela e-ANC ngokubajaha ngezibhamu oPhongolo

Kusuke uthuli lezichwe okhethweni lokuchibiyela ku-Wadi-2 esigodini saseNcotshana oPhongolo ngesikhathi kutholana phezulu amalungu oMkhonto weSizwe Party nakaKhongolose.

Ezisematheni KwaZulu-Natal

Umholi we-ANC eKZN ulaxaze iqembu

Umbani seliwukhombe Onkweni: ISILO sesimhoxisile obengumkhulumeni waso

ElaboHlanga selingakuqinisekisa ukuthi loyo obengumkhulumeli weSILO, uMtwana u-Afrika Zulu wasOnkweni usehoxisiwe kulesi sikhundla.

Izisematheni KwaZulu-Natal: Kuboshwe iphoyisa eliwumbombayi libanjwa nezidakamizwa

USihle Mavuso usilethela izindaba ezihamba phambili KwaZulu-Natal.

Elakuleli nemdlalo yokugqugquzela ukuthula ePalestine

UMengameli uCyril Ramaphosa uhambele umdlalo webhola lezinyawo wokugqugquzela ukuthula nobumbano e-Palestine.

Recent articles