Author: N5

Ezenzeka emhlabeni jikelele: Ugwetshwe unyaka ejele owahlomula iNobel iNobel Peace Prize 

URorisang Modiba ukulethela izindaba ezenzeka kumazwe ngamazwe.

AmaProteas athole amaphuzu aphezulu kowe-ICC T20

UQuinton de Kock uthole ama-runs angu-74 emabholeni angu-40.

AmaBucs neChiefs badinga ukuchitha imali eningi njengeSundowns

Ezemidlalo: UMichael Madyira uchaza ngokuthi i-financial fair play ye-Fifa iwumbono omubi ku-PSL futhi lezi zinkunzi zaseSoweto zidinga ukutshala imali eningi emakethe yokuhwebelana ngabadlali.

I-Richards Bay FC izohlala kwiDStv Premiership 

Bekuwukuhlangana kwamaqembu amabili abedinga amagoli futhi abethembisa ukuthi azowathola.

Ezase-KZN ezifingqiwe: UPhilani Mavundla uphika eyokuqoqa izimali zokuxhasa i-MK 

USihle Mavuso ukuletha izindaba zakamuva ezenzeka esifundazweni kafushane.

Ababoni ngaso linye abesifazane be-MK ngoMakhubele 

Kuxabene ubendle kwabesifazane beqembu loMkhonto weSizwe (MK) ngenxa yombango odalwe ukuthi kukhona abachazwe owayenguSomlomo waseGoli futhi ongumholi weqembu i-South African Rainbow Alliance (SARA), asebethi kungakuhle azohola abesimame kuleli qembu.

Kuthungathwa abasolwa abagasele ebhilidini le-IEC eGoli 

Amaphoyisa athungatha iqeqebana elizame ukungena ngendluzula ebhilidini laseGoli ukuze lizibonele amaphepha okuvota.

Kuboshwe udokotela mbumbulu eGoli

Engena esibhedlela njengesiguli, ngokushesha uye wakhipha isipopolo (stethoscope) futhi wazinikela ukusiza ukwelapha abagulayo.

Ubaba ushone namalungu omndeni abezama ukuwahlenga emlilweni

Unkosikazi ukhuleke kwaphela umthandazo ngesikhathi umyeni wakhe eshona ezama ukuhlenga indodakazi yakhe nomzukulu wakhe emlilweni oqubuke emjondolo.

Kusolwa izikole zokusoka ezingekho emthethweni ngokushona kwabasokwayo 

IKhomishini yokuLingana ngokoBulili ithi akumele kube nzima kubaholi bendabuko kanye namaphoyisa ukubopha labo abaqhuba izikole zokusoka ezingekho emthethweni.

Kuboshwe umlisa ngokubulala abantu ababili eKapa 

Umsolwa uzovela enkantolo ezobhekana namacala okubulala, ukuzama ukubulala nokugebenga.

Ukusetshenziswa budedengu kwezimali kumasipala weTheku kudlulele ku-R1 billion

Umbiko owethulwe ngoLwesithathu uncoma ukuthi kubuyiswe yonke imali futhi kuvulwe amacala obugebengu kulabo abathintekayo.

Recent articles

spot_img