Author: N5

Umculi umangaze abaningi ngomsebenzi wakhe omusha

Umculi odumile wokholo ushiye abalandeli bengawuvali umlomo ngomsebenzi wakhe omusha: ukugqoka njengowesifazane okhulelwe nokuculela omama abakhulelwe.

Abasebenzi bakwa-Eskom bathenjiswe amabhonasi nguRamokgopa

UNgqongqoshe kagesi uKgosientsho Ramokgopa ufunge wagomela ukuthi uzosifeza isithembiso sakhe sokuklomelisa abasebenzi bakwa-Eskom ngemuva kokuvimba ugqamcishi ngesikhathi samaholidi kaKhisimusi.

Izigebengu nomkhuba omusha wokudakiswa izisulu

Abaduni bezimoto baphoqe umshayeli weloli ukuphuza utshwala ukuze kubambezeleke isitatimende emaphoyiseni ngemuva kokumbamba inkunzi.

Banikelelwe ngokudla abasinda  emlilweni eMarshalltown 

Inhlangano ezimele i-Ashraful Aid inikele ngokudla kulabo abasinda emlilweni wase-Marshalltown abasanda kuthuthwa bayohlala emijondolo e-Denver eGoli.

Umphakathi uhlasele amaphoyisa nezimoto eziqoqa imfucuza

UNgqongqoshe wezamaPhoyisa nokuPhepha koMphakathi e-Western Cape uReagen Allen ukugxeke kakhulu ukuhlaselwa kwamaphoyisa e-Hanover Park.

Uyaqhubeka owokufuduka kwabadlali

Ezemidlalo: Joyina uRazeen Gutta embikweni wamasonto onke wokufuduka kwabadlali okwenzeka eNingizimu Afrika nase-Europe.

Uyaveva ummeli ngomkhuzi wamaphoyisa osolwa embangweni wemayini

INkosi uMqoqi Ngcobo yamaQadi nommeli wakhe uMnu Mbongeni Myeni bebesemhlanganweni womphakathi eMachobeni eNanda ngaphambi kokuthi uMyeni axoshwe umkhuzi wamaphoyisa abebezohlangana naye.

UGumede ukhuza abaholi ngokuthuka uZuma

USihlalo kaKhongolose osamisiwe esiFundeni iTheku uNkk Zandile kaMajola Gumede uthi ayipheze indaba yokuthuka owayenguMengameli uJacob Zuma kodwa akulungiswe izinto ezonakele embuthweni.

Ababonwa nangokhalo onogada emijindolo yezisulu zomlilo wase-Marshalltown 

Kuthiwa onogada abebeqapha imijondolo esanda kwakhiwa e-Denver, eGoli lapho okuthuthelwe khona izisulu zomlilo wase-Marshalltown bahambile bashiya le ndawo ingagadiwe.

Ukuhamba kukaZuma kuvulela uRamaphosa indlela yokuqeda inkohlakalo

Njengoba uZuma eseyishiyile i-ANC, uRamaphosa usengaqala avundulule abaholi abagcwele inkohlakalo abakhiphe kuhulumeni nasezinkampanini zikahulumeni.

Kuboshwe abayisikhombisa ngelokubulala owayengumdlali weGolden Arrows 

Abasolwa abayisikhombisa bavele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yase-Palm Ridge ngokubulala owayeyisihlabani seGolden Arrows uBhekisizwe "Shakira" Nkosi ngoKhisimusi.

Kushone umfanyana ngemuva kokudla ama-chips anoshevu

Kushone ingane eyodwa yaseDuduza ngemuva kokudla ama-chips abefakwe ushevu wamagundane kanti izingane zakubo ezintathu zilwela impilo yazo esibhedlela.

Recent articles

spot_img