Author: N5

UMaMkhize ukhuza ibuya ngesizini yesibili 

UShauwn Mkhize oyindlovukazi yochunguchunge olungokoqobo eMzansi uzophinde abonakale komabonakude bethu kwisizini yesibili ebhekwe ngabomvu ethi "KwaMaMkhize".

Abasemazweni angaphandle bakhala ngokugetshengwa amaphoyisa aseKapa 

Abazibonele bathi amaphoyisa azifihlile ukuthi angobani ngesikhathi egebenga isitolo salabo basemazweni angaphandle

Selidumela emansumpeni kweyomhlaba yekhilikithi 

I-India, iNingizimu Afrika, i-Australia noma i-New Zealand: yiliphi iqembu elizoba ngompetha beNdebe yoMhlaba yekhilikithi yakulo nyaka?

Usizi kushona umgadli waseGhana ngemuva kokuquleka enkundleni

URaphael Dwamena (28) udlule emhlabeni ngemuva kokuquleka enkundleni e-Albania.

Ulwela impilo yakhe esibhedlela umfundi ogwazwe ngumyeni 

Ividiyo esabalele yomfundi egwazwa amahlandla amaningi ngumyeni wakhe isiqubule intukuthelo ezweni, egqamisa izinga elibucayi lodlame olubhekiswe kwabesifazane nezingane.

Umsindo iSadtu isola uNgqongqoshe ngokuzwana neNatu

Abaholi benyunyana yothisha okuyi-South African Democratic Teachers Union KwaZulu-Natal bapheke ngobhojwana uNgqongqoshe wezeMfundo esiFundazweni bemsola ngokuphenduka ubhululu wenyunyana i-National Teachers Union.

Ingwadla kunyuka isibalo sokungondleki kahle kwezingane e-EC

Ngokombiko omusha, izinga lokukhula kwengane eyodwa kwezine e-Eastern Cape limile ngenxa yokungondleki kahle emzimbeni.

Kutholakale esinye isidumbu sikathisha ngasemfuleni eLusikisiki 

Amaphoyisa athole isidumbu sikathisha wesikole samabanga aphezulu eduzane nomfula I-Flagstaff’s Mtsila okuyilapho izidumbu zabanye othisha bezilahlwe khona ezinyangeni ezedlule.

Kumile ukusebenza ezibhedlela eGaza njengoba kuqhubeka impi

Njengoba impi ye-Israel ne-Hamas iqhubeka, izinhlangano zamazwe ngamazwe zithi ziyahluleka uxhumana nodokotela base-al-Shifa, isibhedlela esikhulu kunazo zonke e-Gaza.

IDowns isingompetha be-African Football League

IMamelodi Sundowns iguqise i-Wydad Casablanca emlenzeni wesibili kowamanqamu womqhudelwano wokuqala.

Ezakabi amaqembu amancane kwi-DA eWestern Cape 

Amaqembu amasha ayangena kancane kancane esifundazweni sonke.

Owesifazane uboshelwe ukusenga ezimithiyo ngokuthi udlwengulwe amaphoyisa 

Owesifazane uzovela enkantolo ngamacala okuqamba amanga nokudukisa ukusebenza komthetho.

Recent articles

spot_img