Author: Scrolla Africa

Uthisha uboshelwe elokubulala nokushaya

Onogada bezimoto abane okusolwa ukuthi bantshontshe amalambu ngaphandle kwendawo yokucima ukoma bathunjwe bafakwa ebhuthini yezimoto bayiswa esigangeni lapho abafike bahlukunyezwa khona amadoda amahlanu.

Isihlabani somculi nezindondo eziningi kowama-Grammy

Kule mpelasonto uBeyoncé ube ngumculi oklonyeliswe kunabo bonke kuma-Grammy Awards.

IMan City engcupheni yokuphucwa amaphuzu

I-Premier League ikuqinisekisile ukuthi ompetha i-Manchester City babekwe amacala okwephula imithetho eminingi yezezimali kulandela uphenyo lweminyaka emine.

Injabulo owamabhayisikili esayina inkontileka nethimba lompetha

Isihlabani samabhayisikili asezintabeni esisafufusa u-Unathi Nxumalo usayine inkontileka yokugibela amabhayisikili nethimba lomjaho i-Pump for Peace.

OwezeMfundo ugxeka abafundi abachitha ukudla kwesikole

UNgqongqoshe wezeMfundo e-Gauteng, uMatome Chiloane uthumele umbiko  mayelana nezibhelu zasenkantini yesikole samabanga aphezulu i-Alexandra ngesonto eledlule.

Kuboshwe owesifazane obhalise esikoleni ngamaphepha angamanga

Owesifazane oneminyaka engu-29 ubudala wase-New Brunswick uboshiwe wabekwa icala ngemuva kokuzenza umfundi esikoleni esise-New Jersey izinsuku ezimbalwa.

Bakhala ngokuntuleka kwamanzi e-Tshwane

Njengoba izakhamuzi zase-Tshwane zibhekene nokunqanyulwa kwamanzi novalo lokuqubuka kwezifo luyanda.

Injabulo kumsakazi wezemidlalo esayina isivumelwano ne-94.7

Umakadebona womsakazi wezemidlalo wakuleli uRobert Marawa usayine isivumelwano ne-94.7 ezokhombisa uhlelo lwakhe iMarawa Sports Worldwide idlala bukhoma kulesi siteshi.

UMengameli we-IFP uphonse ambalwa kuMalema

UMengameli we-IFP uMnu Velenkosini Hlabisa uchaze umfelandawonye omusha we-EFF ne-ANC njengongemuhle.

Imbibizane kuSisulu eshaywa ngesithende amagatsha e-Nasrec

Usuku lwesibili lwengqungquthela ye-ANC luphele ngehlazo kuNgqongqoshe wezokuVakasha uNksz Lindiwe Sisulu ohlulekile ukuthola ukwesekwa izithunywa ngo-25% ngesikhathi eqokwa esikhundleni sokuba nguMgcinimafa-Jikelele.

UZuma namaqhinga akhe omshoshaphansi

UJacob Zuma ubelokhu enza iqhinga ngemuva kwelinye engqungqutheleni kazwelonke ka-55 ye-ANC, lapho okuhlangene khona izithunywa ezingu-5 000 ukuzokhetha ubuholi obusha beqembu.

Iqale ngebatha ingqungquthela ye-ANC

Kube nezinxushunxushu ngoSuku Lokuqala lwengqungquthela yokukhetha ubuholi be-ANC e-Nasrec eGoli njengoba izithunywa ezingaphezu ye-ANC zichithwe yi-computer.

Recent articles

spot_img