Author: Scrolla Africa

Ihleli ngesinqa esisodwa imeya ye-IFP

U-Albert Mncwango we-IFP useyiMeya yaKwaNongoma okwamanje, kodwa kungenzeka kuthi kuphela usuku lwanamhlanje sekungokunye.

Owakuleli uqokelwe ukuyocula kowokugcotshwa kweSilo uCharles

Umculi we-opera wakuleli uPretty Yende uqokwe mathupha iSilo uCharles III ukuthi azocula emcimbini wakhe wokugcotshwa ozobe use-Westminster Abbey ngoNhlaba kulo nyaka.

Sekutholakale uhlobo lomiyane abayingozi eKenya

Kutholwe uhlobo oluyingozi lomiyane olusongela ukusabalalisa umalaleveva e-Kenya.

UKarius uzodlalela iNewcastle United kweye-Uefa 

Owayengunozinti we-Liverpool uLoris Karius odume kabi ngamaphutha akhe kowamanqamu we-Uefa Champions League yango-2018 usethubeni lokudlala kowamanqamu wenye indebe.

Ukujabha kuphela uhlelo lwama-Idols

Abaculi abasafufusa bavuke ngezindaba ezibuhlungu ngeledlule ngesikhathi kumenyezelwa ukuthi uhlelo lo mculo olubizwa ngama-Idols SA seluzofika emaphethelweni. Isizini ka-19 edlala kulo nyaka kuzoba ngeyokugcina.

Isibhicongo kubulawa abahlanu eKZN 

Kudutshulwe kwabulawa abantu abahlanu esigamekweni sokudubula esenzeke e-Mariannhill eThekwini ngoMsombuluko.

I-IFP ilobizela ukuhola owase-Newcastle

I-IFP izithola isenkingeni ngaphambi kokhetho lokuchibiyela olubaluleke kakhulu esigcemeni uward-31 e-Newcastle kusasa.

Abesifazane abamnyama bengayiwina iComrades: Mbuthuma

Umakadebona wakuleli we-ultra marathon uFikile Mbuthuma ukholelwa ekutheni abasubathi besifazane abamnyama banakho okudingekayo ukuze bawine i-Comrades Marathon.

URihanna usezithwele futhi

Umculi oseke wawina i-Grammy uRihanna ucule ngendlela emangalisayo  emcimbini we-2023 Super Bowl Halftime Show.

IMarumo Gallants yenza ezibukwayo kwi-CAF

IMarumo Gallants idale isiphithiphithi ngokuhlula iqembu lase-Libya, i-Al Akhdar ngo 4-1 emdlalweni wokuvula ka-Group A we-CAF Confederation Cup enkundleni yezemidlalo i-Dobsonville ngeSonto.

UZwane uncoma umgadli wakhe

Umqeqeshi weKaizer Chiefs u-Arthur Zwane uncome uChristian Saile Basomboli amsayinise ngoMasingana ngemuva kokuwina kwakhe kade bedlala neMaritzburg United kowe-Nedbank Cup  ngoLwesihlanu.

ILiverpool yenze edume ngazo kowomkhaya

I-Liverpool isebenze kanzima ukuze ivikele ukuwina kwayo kokuqala kweligi emidlalweni emihlanu ngokuwina ngo 2-0 ihlula i-Everton ngoMsombuluko ebusuku e-Anfield.

Recent articles

spot_img