Author: Scrolla Africa

Kuboshwe umalume ngecala lokudlwengula umshana

Umuthi odukile esigodlweni sesangoma usindise intombazane (17) osekuphele izinyanga idlwengulwa umalume wayo.

Umelaphi wendabuko uhlele imbizo yokubhekana nezinkinga zomphakathi

Umelaphi wendabuko okhathazekile elokishini laseKhayelitsha, eKapa, ​​usesukumele phezulu wabhekana nezinkinga ezikhungethe umphakathi.

UJaden Smith nezethusayo ngomndeni wakhe

Umlingisi waphesheya ophinde abe ngumculi, uJaden Smith udalule ukuthi umama wakhe uJada Smith nguyena owabafaka njengo mndeni esilingweni sezidakamizwa ezithinta isimo sengqondo (psychedelic drugs).

Umqeqeshi we-PSG uboshelwe elokucwasa ngokwebala

Umqeqeshi we-PSG uChristophe Galtier uyaphenywa ngemuva kokukhuluma amazwi acwasa ngokwebala.

UBig Ben wehlulekile ukwenza kahle eLondon

I-Australia iphunyuke emizamweni kaBen Stokes ngesikhathi ihlula iNgilandi ngama-runs angu-43 ukuze ihambe phambili ngo 2-0 ochungechungeni lwemidlalo emihlanu ye-Ashes.

UMax uphinde wenza adume ngazo e-Austria!

Akukaze kube nokungabaza nge-Red Bull noma uMax Verstappen ku-Austrian Grand Prix ngeSonto njengoba eqhubekile nefomu yakhe enhle ebheke isicoco somhlaba sesithathu njengoba esewine kahlanu kwi-spin.

Imibuzo ngemizamo kaMask yokuqeda uTwitter

U-Elon Musk ufuna ukulawula ukuthi mangaki ama-tweets ongawafunda - futhi lokho uzokwenza kuphela uma ungena ngemvume.

Sekungene kwelinye igxathu ukungezwani kweSilo noShenge

Izimeya ezingaphansi kwe-IFP zidube umkhuleko waminyaka yonke weSilo samaBandla uMisuzulu kaZwelithini obungoMgqibelo kwaCeza eduze nakwaNongoma.

Siyanyuka isibalo sabashone ngenxa yesishingishane KwaZulu-Natal 

Kushone abantu abane kanti owesihlanu usadukile ngemuva kwesishingishane esihlasele izingxenye zeKwaZulu-Natal ngasekuqaleni kwesonto.

I-ANC isolwa ngokuthenga amavoti ngezijumbane zokudla eMtshezi

Njengoba uMengameli Cyril Ramaphosa ehlela ukuya kuMasipala i-Alfred Duma KwaZulu-Natal, kufanele aqikelele ukuthi akavumeli uqhekeko phakathi kweqembu nombuso luphazamise uhlelo lwakhe kubhala uZukile Majova.

Ukhiye uphethwe ikhansela elizimele ngozohola owaseNkosi Langalibalele

I-ANC ne-IFP babeke amathemba abo ekhanseleni elizimele ukuze bakwazi ukuhola uMasipala inkosi Langalibalele eKZN.

Intsha yaseDiepsloot isilahlekelwe ithemba ku-ANC

Sezadlula izinsuku lapho abantu bakuleli emalokishini babevotela i-ANC okuyiqembu elibusayo.

Recent articles

spot_img